Nhlakanipho Mnqayi Zibalelwa kwezingu-4 izidumbu ezitholakale izolo ngesikhathi uMnyango wezokuBusa ngokuBambisana nezoMdabu KwaZulu-Natal (COGTA) usebenzisana nabezinhlekelele esifundazweni...
Izindaba
Nhlakanipho Mnqayi Uqome ukuzinikela kwabakwasidlodlo umshayeli wetekisi egingqike kwalimala izingane zesikole eMount Moria, KwaMashu izolo. Lengozi idlule...
Nhlakanipho Mnqayi Usagcwele amathafa umshayeli wetekisi ethutha izingane zesikole njengoba igingqikile eMount Moria, KwaMashu izolo. Kulimale kanzima...
Nhlakanipho Mnqayi Ukusa kwanamhlanje kube yisithombe imindeni yaseShakashead, KwaDukuza okusekude isisuse emehlweni azo emva kokuthi izingane ezingu-5...
Nhlakanipho Mnqayi UNdunankulu waKwaZulu-Natal, uThami Ntuli ugcizelele izinhlelo zikahulumeni ezibeka phambili ukulingisa ingqalasizinda kwezinye izikhungo zezempilo nezemfundo...
Nhlakanipho Mnqayi Inyuvesi yezobuchwepheshe yaseThekwini iDurban University of Technology (DUT) isiqinisekise ukuthi bazowotha ubomvu labo ababebhikisha ngodlame,...
Nhlakanipho Mnqayi Kuboshwe abasolwa abangu-14 kwashaqwa impala engabiza u-R27 million eSydenham. Amaphoyisa kaMasipala iDurban Metro Police ebambisene...
Nhlakanipho Mnqayi Inhlanzi ishelwe amanzi kulandela ukuthi abaoslwa ababili abebeyingxenye yabasolwa abaqhumise imoto yemali eVerulam izolo bedutshulwe...
Umhlonishwa iMeya kaMaspala waseMfolozi uKhansela Xolani Bhengu ududuze othisha, abafundi nabazali besikole iMbonambi Primary ku ward 3...
Amaphoyisa aseKZN athi ayabonga kusomabhizinisi uCalvin Mathibeli ngokuwamema ukuthi amphenye ngoba aseqalile. UMathibeli namuhla ekuseni ukhiphe isitatimende...
Iphoyisa elingu-Warrant Officer laseKapa liqolwe ngabantu abebethi balidayisela iToyota Quantum imali baliphuca nezinto zalo nomkalo ngaphambi kokubalaxaza...
Inhlangano esiza umphakathi iSesimiphi NPC ichome uphaphe lwegwalagwala othisha okuphaswe kahle izifundo abazifundisayo ku-matric ngonyaka odlule ezikoleni...
Nhlakanipho Mnqayi Ugwetshwe odilika jele ababili umalume odlwengule abashana bakhe ababili eSpringboklaagte, eDannhauser. Esigwebeni esikhishwe zingu-5 February...
Nhlakanipho Mnqayi Basale enkundleni abasolwa abane ngesikhathi bedubulana namaphoyisa emijondolo yaseMatikwe, eNanda ngoLwesibili ebusuku. Ngokusho kwamaphoyisa, kuthiwa...
Nhlakanipho Mnqayi Imindeni eyahlukene isale dengwane ngaphansi kwesiFunda iHarry Gwala noMgungundlovu kulandela imvula enamandla ehlasele muva nje....
Nhlakanipho Mnqayi Kuqhume imikliklizo ngesikhathi uMasipala waseNkandla oholwa uNkk Nonhlanhla Nzuza uklomelisa abafundi baka-matric, othisha nezikole ezenze...
Nhlakanipho Mnqayi Zibakhelele abasolwa ababili abalinganiselwa eminyakeni enfu-34 no-37 ngokuhwebelana ngezidakamizwa eNewcastle. Ngokusho kwesitatimende samaphoyisa sithe ancinzwe...
Kusale enkundleni abasolwa abawu-4 kwaboshwa abawu-7 bedubulana namaphoyisa abezobabophela ukubamba inkunzi eWoodlands eThekwini namhlanje ntambama. Amaphoyisa athi...
Amaphoyisa abophe owesilisa osolwa ngokushaya intombi yakhe evuke namhlanje yafaka izithombe ezzinkundleni zokuxhumana ikhala ngokuthi amaphoyisa awayisizi...
Nhlakanipho Mnqayi UNdunankulu waKwaZulu-Natal uMnuz Thami Ntuli useseke ngokusemthethweni ukuthi kuvuselelwe inkontileka yoMkhuzi wamaphoyisa KwaZulu-Natal uLt-General Nhlanhla...
