
Isinqandamathe sikaJayden Adams, u-Aqueelah Chloe Adendorf abanendokazi ndawonye uthi akanamazwi okuchaza ubuhlungu abazwayo.
Amaphoyisa aseKapa avule idokodo lophenyo emuva kokutholakala kwesidumbu sika-Adams lapho abehlala khona eKapa.
Lo mdlali wasesiswini weMamelodi Sundowns ubesanda kubuya kwiFifa World Cup abedlala kuyo neBafana Bafana.
U-Aqueelah ubhale kanje: “Lala uphumule dithandwa sami. Ngibonga ngayo yonke imicibango emihle, ukuhleka, ama-hug nazo zonke izikhathi esibe nazo. Ubungagcini ngokuba yisithandwa sempilo yami kodwa ubungeseka kakhulu futhi ungumngani wami omkhulu.”
Uthe uzomkhumbula futhi akaphumule ngokuthula.
Baningi ababhonga emswaneni. Umongameli Cyril Ramaphosa ukhiphe isitatimende. KwiFifa World Cup kube ne moment of silence ngaphambi kwemidlalo.
