Nhlakanipho Mnqayi Uzogugela ejele umlisa otholwe enecala lokubulala abantu abahlanu, ukuzama ukubulala nokugqekeza,eMlazi. INkantolo ePhezulu eThekwini igwebe...
Izindaba
Nhlakanipho Mnqayi Uzogugela ejele umlisa otholwe enecala lokubulala abantu abahlanu, ukuzama ukubulala nokugqekeza,eMlazi. INkantolo ePhezulu eThekwini igwebe...
Nhlakanipho Mnqayi Abasolwa abebefunwa ngoxhaxha lwamacala eNanda namaphethelo basale enkundleni ngesikhathi bezama ukubulala amaphoyisa eMlazi namhlanje. Amaphoyisa...
I-ANC KwaZulu-Natal isitshele uSiphile Mdaka ukuthi asule ngokushesha esikhundleni sokuba yisekela meya kuMasipala wesiFunda uMkhanyakude akhethwe kuso...
UMphathiswa wezokuThutha KwaZulu-Natal, uMnuz Sboniso Duma uncome ososeshini bamatekisi abangu-246 ngokugwema udlame obeluzophazamisa ukuthuthwa komphakathi. UDuma usho...
Ummeli uMonde Nzima (32) waseMthatha ugwetshwe iminyaka emibili ejele noma inhlawulo ka-R40 000 inkantolo yemantshi eScottburgh lapho...
Iphutha lomkhuzi wamaphoyisa eKZN uLt General Nhlanhla Mkhwanazi alenza ePhalamende limdonsele amanzi ngomsele ngoba usevulelwe icala lokuqamba...
I-NFP ethi ayisabuthembi ubuholi be-IFP eKZN inesihlalo esisodwa esishayamthetho.  Uhulumeni wokubambisana umi kanje ngezihlalo: IFP – 15...
Nhlakanipho Mnqayi Balale bebaliwe abasolwa abahlanu abebefunwa ngamaphoyisa KwaNgcolosi. Laba basolwa ababalelwa eminyakeni engu-21 no-25 ngamacala okubulala,...
Nhlakanipho Mnqayi Abasolwa ababili badutshulwe bafa ngesikhathi bedubulana namaphoyisa ehostela eGlebelands, eMlazi. Laba basolwa ababalelwa eminyakeni engu-27...
Igama lomsakazi uLerato Kganyago selifakwa kwikhomishana kaMadlanga. Othula ubufakazi bakhe manje efihliwe uWitness A uthe wafonelwa uVusi...
Nhlakanipho Mnqayi UConstable Andile Zulu (40) uboshelwe icala lokubulala uConstable Sibonelo Ngidi (29) zingu-11 October nonyaka. Kubikwa...
Amaphoyisa abophe umnikazi weNjoms Security uBruce Mhlongo ngecala lokubulala uthisha waseKhethindlelenhle Primary School owadutshulwa esemotweni kwaPata ngoFebruary...
Nhlakanipho Mnqayi Umsolwa obefunelwa icala lokubulala udutshulwe ngamaphoyi washona izolo. Lomlisa (20) ubefunelwa icala lokubulal alenza zingu-12...
Nhlakanipho Mnqayi Amaphoyisa KwaZulu-Natal asebophe owesilisa osolwa ngoxhaxha lamacala okunukubeza abesifazane kanye nokugqekeza, eMandeni nasoThongathi. Lo wesilisa...
UKhomishana wamaphoyisa eKZN uLt General Nhlanhla Mkhwanazi ubeqhulula amabhomu ngesikhathi ethula ubufakazi ekomidini lePhalamende eliphenya ngokugxambukela kwezigebengu...
Nhlakanipho Mnqayi INkantolo yesiFunda, eNtuzuma igwebe abasolwa ababili ngokubulala iphoyisa endaweni yaseMatikwe, eNanda. UNkululeko Ntuli (29) noThembokwakhe...
Nhlakanipho Mnqayi Osomabhizinisi abancane batiswe ukuba bakhande amabhizinisi azokwazi ukuthi athole uxhaso ngokushesha uma beludinga emcimbini obubanjelwe...
Kubanjwe inkunzi abantu abangu-15 abebegcwele iToyota Quantum bebuya emsebenzini ezintatha namhlanje eWaterloo. IReaction Unit South Africa ithi...
INkantolo eNkulu yaseThekwini igwebe kanzima inkabi etholwe namacala okubulala owayeyimenenja kaMasipala waseRichmond uSibisiso Sitholel ngo-2017. USabelo Phewa...
