I-KwaZulu-Natal Political Killings Task Team (PKTT) isibophe isangoma esidumile saKwaMashu ngokuba ungqondongqondo ekubulaweni kwelungu le-African National Congress...
crime
Oklebe babophe owayeyimeya yaseMadlanganei e-Utrecht uLindile Mhlungu (42) noMusawenkosi Thwala ngamacala e-fraud, corruption nokuphula imithetho ye-municipal finance...
Nhlakanipho Mnqayi INkantolo yesiFunda eVryheid igwebe owesilisa udilika jele ngokubulala intombi yakhe endaweni yaseGegund Farm, eVryheid zingu-16...
Nhlakanipho Mnqayi Onogada abathathu baKwaNdengezi ababonakala bexhakazisa umshayeli we-Uber owayethwele abesifazane emavikini adlule, banqatsheliwe ibheyili enkantolo yeMantshi,...
Nhlakanipho Mnqayi Amaphoyisa KwaZulu-Natal athungatha abasolwa emva kokutholakala kwe-cocaine engabiza u-R13 million ngesikhathi eqhuba uhlelo lwawo echwebeni...
Nhlakanipho Mnqayi Obengungqondongqondo emacaleni okudunwa kwezimoto aphinde afunelwe uxhaxha lwamacala okubulala eManguzi, udutshulwe washona ngesikhathi kugqekezwa umuzi....
Nhlakanipho Mnqayi Balale bebaliwe abasolwa abahlanu ngokubamba inkunzi esitolo sobucwebe eMhlanga, izolo. Abasolwa balinganiselwa eminyakeni engu-20 no-44...
Uhlawuliswe uR150 000 iNkantolo yesifunda eMgungundlovu uConstable Luyanda Sigwebela ovume icala lokubulala ngokungenhloso uzakwabo uConstable Gift Zondo...
Nhlakanipho Mnqayi Abasolwa abane abebefunelwa amacala amaningi okubalwa kuwo ukubulala nokuzama ukubulala amaphoyisa, ukugqekekzwa kwezimoto, ukugqekeza amabhizinisi...
Nhlakanipho Mnqayi UMphathiswa wezeMfundo KwaZulu-Natal, uMnuz Sipho Hlomuka usegxeke isenzo esishaqisayo sokubanjwa kwenkunzi othisha bekhonjwe ngezibhamu esikoleni...
Nhlakanipho Mnqayi Umsolwa (22) obeboshelwe icala lokuzama ukubulala ngoMgqibelo zingu-14 March nonyaka, udutshulwe washona ngesikhathi ezama ukubulala...
Amaphoyisa aphenya icala lokubulala nokuzama ukubulala ngesigameko esenzeke egaraji kwa-Engen ngasePavillion namuhla ekuseni. Amaphoyisa athi iBMW emhlophe...
Nhlakanipho Mnqayi Kuboshwe abasolwa abangu-14 kwashaqwa impala engabiza u-R27 million eSydenham. Amaphoyisa kaMasipala iDurban Metro Police ebambisene...
Nhlakanipho Mnqayi Inhlanzi ishelwe amanzi kulandela ukuthi abaoslwa ababili abebeyingxenye yabasolwa abaqhumise imoto yemali eVerulam izolo bedutshulwe...
Umhlonishwa iMeya kaMaspala waseMfolozi uKhansela Xolani Bhengu ududuze othisha, abafundi nabazali besikole iMbonambi Primary ku ward 3...
Iphoyisa elingu-Warrant Officer laseKapa liqolwe ngabantu abebethi balidayisela iToyota Quantum imali baliphuca nezinto zalo nomkalo ngaphambi kokubalaxaza...
Nhlakanipho Mnqayi Ugwetshwe odilika jele ababili umalume odlwengule abashana bakhe ababili eSpringboklaagte, eDannhauser. Esigwebeni esikhishwe zingu-5 February...
Nhlakanipho Mnqayi Basale enkundleni abasolwa abane ngesikhathi bedubulana namaphoyisa emijondolo yaseMatikwe, eNanda ngoLwesibili ebusuku. Ngokusho kwamaphoyisa, kuthiwa...
Kusale enkundleni abasolwa abawu-4 kwaboshwa abawu-7 bedubulana namaphoyisa abezobabophela ukubamba inkunzi eWoodlands eThekwini namhlanje ntambama. Amaphoyisa athi...
Amaphoyisa abophe owesilisa osolwa ngokushaya intombi yakhe evuke namhlanje yafaka izithombe ezzinkundleni zokuxhumana ikhala ngokuthi amaphoyisa awayisizi...
