Ugwetshwe iminyaka engu-23 ebhadla ejele olahlwe ngecala lokudlwengula, ukuthumba nokushaya. USanele Ntshebe Dlamini (42) ugwetshwe yiNkantolo yesiFunda...
crime
Bazovela kusasa ngoLwesihlanu enkantolo yeMantshi yaseNyoni abasolwa ababili abaneminyaka engu-31 no- 34 ababheke necala lokubulala ikhansela nelokuzama...
UMnyango wakwaCogta eKZN ufuna kuthathwe izinyathelo ngokushesha ngokwebiwa kwemali engu-R37 million kwi-account yoMasipala waKwaDukuza. UMEC wakwa-Cogta uMfu...
Kuboshwe abangu-13 576 ngamacala ehlukene eKZN ngoJanuary 2025, kwashaqwa izibhamu ezingu-346 nezinhlamvu ezingu-3 192 zezibhamu ezehlukene. Ngokwesitatimende...
Lichazwe njengomuntu obengathuli uma libona izinto zingahambi kahle ikhansela le-ANC ku-ward 18 kuMasipala waseMandeni elibulawe izolo ebusuku....
Badedelwe ngebheyili ka-R5000 umuntu emunye abasolwa abangu-12 ababhekene namacala okuthumba nokubulala abesilisa abangu-5 baseBhambayi eNanda abatholwa benamanxeba...
Bathinteka emacaleni okubulala angu-5 enzeke eNtambanana eMpangeni ngenyanga eyedlule nanyakenye abasolwa ababili abadubalane namaphoyisa kwashona oyedwa ngesikhathi...
Lihlehlele u-4 March 2025 icala lenkohlakalo elibhekene nowayenguMinister weState Security Agency u-Adv Bongani Bongo (47) oboshwe namuhla...
Kushone oyedwa kwalimala abangu-7 ngesikhathi abebebamba inkunzi imoto yemali kuN2 eThekwini sebebaleka namuhla ngoLwesibili ekuseni. .Amaphoyisa ase-KZN...
Igwetshwe udilikajele indoda eno-61 elahlwe ngamacala okudlwengula umshana wayo izikhawu ezehlukene kusuka ngo-1996 kuya ku-2001. Ngaphezu kukadilikajele...
