Amaphoyisa aphenya icala lokubulala nokuzama ukubulala ngesigameko esenzeke egaraji kwa-Engen ngasePavillion namuhla ekuseni. Amaphoyisa athi iBMW emhlophe...
SAPS
Nhlakanipho Mnqayi Uqome ukuzinikela kwabakwasidlodlo umshayeli wetekisi egingqike kwalimala izingane zesikole eMount Moria, KwaMashu izolo. Lengozi idlule...
Nhlakanipho Mnqayi Inhlanzi ishelwe amanzi kulandela ukuthi abaoslwa ababili abebeyingxenye yabasolwa abaqhumise imoto yemali eVerulam izolo bedutshulwe...
Amaphoyisa aseKZN athi ayabonga kusomabhizinisi uCalvin Mathibeli ngokuwamema ukuthi amphenye ngoba aseqalile. UMathibeli namuhla ekuseni ukhiphe isitatimende...
Iphoyisa elingu-Warrant Officer laseKapa liqolwe ngabantu abebethi balidayisela iToyota Quantum imali baliphuca nezinto zalo nomkalo ngaphambi kokubalaxaza...
Nhlakanipho Mnqayi Basale enkundleni abasolwa abane ngesikhathi bedubulana namaphoyisa emijondolo yaseMatikwe, eNanda ngoLwesibili ebusuku. Ngokusho kwamaphoyisa, kuthiwa...
Nhlakanipho Mnqayi Zibakhelele abasolwa ababili abalinganiselwa eminyakeni enfu-34 no-37 ngokuhwebelana ngezidakamizwa eNewcastle. Ngokusho kwesitatimende samaphoyisa sithe ancinzwe...
Kusale enkundleni abasolwa abawu-4 kwaboshwa abawu-7 bedubulana namaphoyisa abezobabophela ukubamba inkunzi eWoodlands eThekwini namhlanje ntambama. Amaphoyisa athi...
Amaphoyisa abophe owesilisa osolwa ngokushaya intombi yakhe evuke namhlanje yafaka izithombe ezzinkundleni zokuxhumana ikhala ngokuthi amaphoyisa awayisizi...
Nhlakanipho Mnqayi UNdunankulu waKwaZulu-Natal uMnuz Thami Ntuli useseke ngokusemthethweni ukuthi kuvuselelwe inkontileka yoMkhuzi wamaphoyisa KwaZulu-Natal uLt-General Nhlanhla...
Amaphoyisa abulale abasolwa ababili abadubule babhekisa kuwo ngesikhathi ezama ukuyobabopha ngamacala okubulala eMaoti eNanda namhlanje ngoLwesithathu ntambama. ...
Nhlakanipho Mnqayi Zibakhalele abasolwa ababili abantshontshe imfuyo endaweni yaseHlabeni naseSdangeni eBulwer. Laba basolwa abalinganiselwa eminyakeni engu-21 no-31...
Amaphoyisa aKwaZulupNatal abophe abasolwa ababili abaneminyaka engu-18 no-19 ngecala lokubulala nokuduna imoto elenzeka eCrossmoor, eChatswortth ngoDecember 12....
Nhlakanipho Mnqayi Usale enkundleni umsolwa obefunwa ngoxhaxha lwamacala okubulala kanye nawokubamba imoto yemali. Amaphoyisa athi lomsolwa ushone...
Bazovela namhlanje enkantolo yeMantshi eMelmoth naseNkandla abasolwa ababoshwe ezindaweni ezihlukene nezibhamu ezingekho emthethweni. Abasolwa abawu-5 ababoshiwe baneminyaka...
Amaphoyisa aKwaZulu-Natal acela ukusizo ngokuthola uSduduzo Mavundla (29) ofunelwa icala lokuzama ukubulala umshana wakhe ona-9 okuthiwa wamklinya,...
Nhlakanipho Mnqayi Ulale ebaliwe umlisa oshise intombi yakhe waphinde wagenca indodakazi yayo ngembazo endaweni yase Shanelweni Reserve,...
Nhlakanipho Mnqayi Uzogugela ejele umlisa otholwe enecala lokubulala abantu abahlanu, ukuzama ukubulala nokugqekeza,eMlazi. INkantolo ePhezulu eThekwini igwebe...
Nhlakanipho Mnqayi Abasolwa abebefunwa ngoxhaxha lwamacala eNanda namaphethelo basale enkundleni ngesikhathi bezama ukubulala amaphoyisa eMlazi namhlanje. Amaphoyisa...
Iphutha lomkhuzi wamaphoyisa eKZN uLt General Nhlanhla Mkhwanazi alenza ePhalamende limdonsele amanzi ngomsele ngoba usevulelwe icala lokuqamba...
