Nhlakanipho Mnqayi Uphiko lwamaphoyisa oKlebe eRichards Bay oluphenya ngobugebengu obuhleliwe selibophe uMnuz Celimpilo Mkhwanazi ngokubulala uKapteni Mandla...
SAPS
Kushone abantu abawu-4 abathelwe othulini ngenhlamvu qede bashiswa kancane kwalimala abanye abawu-8 kunengxabano emijondolo iMarry Me Ext 3...
Nhlakanipho Mnqayi Amadoda amane abesolwa ngokweba, ukubulala nokuqola abantu adutshulwe afa ngesikhathi etholana phezulu nabakwasidlodlo emgwaqeni uDuffs...
Nhlakanipho Mnqayi Amaphoyisa KwaZulu-Natal acelwa ukufuniswa abasolwa ngokudubula babulale abantu abayisithupha eMlazi nyakenye. Kuthiwa laba abayisithupha badutshulwa...
Nhlakanipho Mnqayi INKANTOLO yesiFunda yaseScottburgh isigwebe uVivani Vivian Zuma iminyaka eyisithupha ebhadla ejele ngokunukubeza abesifazane ababili ngonyaka...
Nhlakanipho Mnqayi AMAPHOYISA KwaZulu-Natal asebophe umlisa oneminyaka engu-28 ubudala osolwa ngokudubula abulale uMnuz Busani Khomo owayenguthishanhloko kwezinye...
Nhlakanipho Mnqayi Umphakathi waseMawoti usufisa amaphoyisa abuyele eceleni uzibambele wona ngezandla umthetho njengoba ukubulawa kwabantu kulendawo sekuyisinkwa...
Nhlakanipho Mnqayi Amaphoyisa aseshaqe izidakamizwa nenqwaba yemali kubafundi basesikoleni samabanga aphezulu iFairvale Secondary School esiseWentworth ngaphansi kwesiFunda...
Usesimeni esibucayi umlisa ona-35 okubikwa ukuthi udutshulwe phambi kwentombi yakhe eMawoti eNanda ngoLwesibili ebusuku Ngokusho ngabakwa-Reaction Unit...
Owayeyiphoyisa elingu-Lieutenant Colonel eliphethe esiteshini iBhekithemba uKhephu Ndlovu utholwe necala lokwamukela intshontsho likaR120 000 ukuze kuduke idokodo...
Amaphoyisa KwaZulu-Natal abophe abasolwa abangu-11 007 ngamacala ahlukene ngoFebruary. Kutholwe izibhamu ezingu-287, ezingu 13 okuzo okungama rifle nezinhlamvu...
Inkampani yonogada iKZNVIP Protection ikhala ngokubizwa ngezigebengu konogada bayo ababulawe Butterworth e-Eastern Cape ngeledlule. Labo nogada babulawa...
Kuvulelwe icala amaphoyisa amathathu asePhoenix okuthiwa ashaya, athumba ase efuna imali yokugwazelwa kunogada waseBhambayi. Kuthiwa ngoLwesibili, lawa...
Ugwetshwe udilikajele owadlengula intombazane eyisihlobo KwaCeza ngaseMhlabathini ngo-2015. INkantolo yesiFunda oLundi igwebe indoda eno-39 ngecala lokudlwengula, yathi...
Kudubuleke nemizi yabantu ngesikhathi abasolwa ngokuthi bebeyobamba inkunzi betholana phezulu ngenganono namaphoyisa kwasala enkundleni abahlanu eLindelani eNtuzuma...
Ugwetshwe udilikajele owadlwengula intombazane eyeyino-12 yakwamakhelwane ngo-2022. Inkantolo yesiFunda eScottburg igwebe indoda eno-38 ngokudlwengula lenntombazane ngo-12 November...
INhloko yoKlebe eMpumalanga icela ukufuniswa uMnuz Prince Gift Mdluli osolwa ngokubulawa kwephoyisa lophiko oluphenya ngezimoto e-Ermelo uLt...
Kuboshwe ona-35 kutholwa inqwaba yezinhlamvu eZinkwazi ngaKwaDukuza ngoLwesibili. Amaphoyisa aseKZN athi agasele emzini thizeni eSydenham eThekwini ngencwadi...
Umkhuzi wamaphoyisa uGeneral Fannie Masemola ukhiphe umyalelo kukhomishana waseGauteng uLieutenant General Tommy Mthombeni ukuthi athungatha abophe amadoda...
Abasebenzi benkampani eqashelwe ukulungisa ama-ATM aqhunyisiwe bangananye babasolwa abawu-4 ababoshelwe ukutholwa nemali eno-inki. Amaphoyisa athintwe yibhange ngabantu...
