Nhlakanipho Mnqayi Umsolwa oyedwa udutshulwe wafa kwathi ababili balimala ngesikhathi bedubulana namaphoyisa KwaDabeka, eKK Hostel ngoLwesithathu ntambama....
I-Orlando Pirates imemezele ukapteni wayo omusha ozothatha ibhande elishiwe u-Innocent Maela osethathe umhlakaphansi. UNkosinathi ‘Bhodlela’ Sibisi othole...
Nhlakanipho Mnqayi Kuse ngokunye iNkantolo yesiFunda eNquthu igweba owesilisa odilikajele abangu-10 neminyaka engu-70 ngaphezulu ebhadla ejele. UMandlelisa...
Nhlakanipho Mnqayi UMphathiswa wezokuBusa ngokuBambisana nezoMdabu KwaZulu-Natal, uMfundisi Thulasizwe Buthelezi ukhale ngokwanda kwezigameko zokubulawa kwabasebenzi bakumasipala esifundazweni....
Nhlakanipho Mnqayi Bazobhema bakholwe abesifazane abazothamela umcimbi we-Phinifa On Fleek ozoba zingu-30 August nonyaka e-Durban ICC njengoba...
Nhlakanipho Mnqayi Umphathiswa wezokuBusa ngokuBambisana nezoMdabu KwaZulu-Natal, uMfundisi Thulasizwe Buthelezi useveze ukuthi uhulumeni uzosiza ngezindleko zokungcwaba izisusu...
Kunesiphithiphithi ema-airports ahlukene abashayeli basele dengwane iFlySafair ihoxisa amanye amabhanoyi ayo ngenxa yesiteleka sabashayeli esiqale namhlanje ekuseni...
Umsakazi weVuma FM uJacinta Ngobese Zuma usememezele ukuthi uxoshiwe emsebenzini ngaphandle kwesizathu. UJacinta usakaza uhlelo iThe Cruise...
Abasemkhakheni wethelevishini namafilimu KwaZulu-Natal bahlonishwe ngezindondo kumaSimon Mabhunu Sabela KZN Film and Television Awards eDurban ICC ngoMgqibelo...
Nhlakanipho Mnqayi Amaphoyisa KwaZulu-Natal azisa umphakathi ukuthi uKhomishana wamaphoyisa KwaZulu-Natal, uLt-General Nhlanhla Mkhwanazi akanayo i-akhawunti yezinkundla zokuxhumana...
Nhlakanipho Mnqayi Kubongwe omakhelwane okungoMnuz Derek Chirwa noDavid Phiri ngesikhathi betshengisa ubuqhawe ukusindisa impilo yezithandani esezikhulile ngesikhathi...
Nhlakanipho Mnqayi Umsubathi waseKenya uFelix Kirui utholwe esecaleni lokusebenzisa isikhuthazi esingavumelekile emjahweni weDurban International Marathon wangalonyaka. Uphenyo...
Nhlakanipho Mnqayi Zibakhalele abasolwa abangu-14 emva kokuvundululwa kwesidleke esitshala insangu eSpringfield, eBabanango namhlanje ekuseni. Kubasolwa abangu-14 ababoshiwe,...
Nhlakanipho Mnqayi IMeya yakuMasipala waseMfolozi, uMnuz Xolani Bhengu uphonsele inselelo entsheni ukuba iveze amakhono ayo ukuze athuthukiswe....
AbeMzansi Wethu sebethule umdlalo omusha iHomecoming ozongena endaweni yeSibongile & the Dlaminis. IHomecoming izoqala ukudlala ngoJuly 28...
Nhlakanipho Mnqayi UMphathiswa wezokuhlaliswa kwaBantu KwaZulu-Natal, uMnuz Sboniso Duma uveze ukuthi angeke besasebenzisa izindawo ezizimele njengendawo yesikhashana...
Nhlakanipho Mnqayi Umqeqeshi weTwo For Joy FC, uThomas “Tk” Khoza, utuse ukuzinikela kwabadlali beqembu lakhe njengoba beqhubeka...
Nhlakanipho Mnqayi Umsakazi weGagasi FM ophinde abe ngumlingisi uMinenhle Ntuli uthi uyaxolisa ngezenzo zakhe. UMinnie usho kanje...
Nhlakanipho Mnqayi Bamfuna ephumile emsakazweni nakumabukakude uMinnie Ntuli ngenxa yendlela aziphathe ngayo ohlelweni iReal Housewives of Durban...
Buthuse ngisho abaphathi beGagasi FM ububhoklolo bomsakazi wabo uMinnie Ntuli kwiReal Housewives of Durban edusha uLondie London...
