Nhlakanipho Mnqayi Intaka izobe ibekelwe amazolo emjahweni womtelebhelo wamahhashi waminyaka yonke iDundee July ozobanjelwa eNdumeni Horseracing, eDundee....
Umphathiswa wezokuThutha nokuHlaliswa kwabantu eKZN uSiboniso Duma ucea ababhidlikelwa yizindlu ngesikhathi sezikhukhula ukuba bavume ukususwa ehhotela abaxoshwe...
Nhlakanipho Mnqayi INkantolo yesiFunda eVerulam igwebe abalisa ababili ngamacala okukhwabanisa ngokubanjwa kwenkunzi imoto yemali. UPhakamani Myaka (37)...
Nhlakanipho Mnqayi UNdunankulu waKwaZulu-Natal, uMnuz Thami Ntuli uthe umqhudelwano ka-2025 wePremier’s Cup angeke ufane noweminyaka yangaphambili. UNdunankulu...
Nhlakanipho Mnqayi Uphiko laKwaZulu-Natal lwesifundazwe oluphenya ngokubulala nokugqekeza libophe owesilisa owabulala abangu-6 eMlazi nyakenye. UMelusi Dlamini (28)...
Phili Mjoli UMphathiswa woMnyango wezeMpilo KwaZulu Natal uNksz Nomagugu Simelane ukhuthaza abazali ukuthi baqaphele ukuthi izingane zabo...
Udadewabo kaShauwn MaMkhize uNosipho Ngubo uthi uMaMkhize wakokotela i-signature yakhe ethenga iqembu lebhola iRoyal AM wavula nenye...
Bongane Motaung Amalungu omphakathi waseNquthu azibiza ngeMarch and March Nquthu aphume umkhankaso wokumisa ukusebenza kwabokufika abahweba edolobheni...
Nhlakanipho Mnqayi Abazi bazothathani behlanganise nani abahlali basemijondolo yaku-Kennedy Road ku-ward-25, eThekwini kusha imijondolo yabo ngoLwesine ngezithuba...
Kuthuke abaningi ngokushona kowayeyiphini likamongameli eNingizimu Afrika uDavid Dabede Mabuza esibhedlela saseSandton namhlanje ekuseni. UMabuza obeneminyaka engu-64,...
Nhlakanipho Mnqayi AmaZulu FC agijima kuBetway Premiership aseqome ukusebenzisana nenyuvesi yezobuchwepheshe iDUT emva kokusayina isivumelwano sokusebenzisana izolo....
Phili Mjoli Kusenzima ukuthi amadoda ukuthi akhulume ngezindaba ezinthinta ukuthi awanayo inzalo. UMnuz Brian Kobue wenhlangano esiza...
Nhlakanipho Mnqayi Bazohlangana nezimbila zithutha ziholwa emhlophe phambili oskhwili phambana nobhoko emcimbini wamahhashi waminyaka yonke iHollywoodbets Durban...
Nhlakanipho Mnqayi ISouth African Police Service (SAPS) ithi zilokhu ziqhubekile nokungena izicelo zalabo abafuna ukuqeqeshelwa ukuba ngamaphoyisa....
Nhlakanipho Mnqayi ISouth African Football Association isinqume ukukhipha izifundazwe ezimbili emdlalweni yokuhlungela ukungena kuMotsepe Foundation Championship eqhubekayo...
Nhlakanipho Mnqayi Uvele okwesibili enkantolo yeMantshi eMlazi ezofaka isicelo sebheyili osolwa ngokubulala eMlazi. USanele Dlamini (28) uvele...
Uzogugela ejele uyise owanukubeza ingane yakhe (8) ngokocansi eTownland, maphakathi neGreytown, KwaZulu-Natal ngo-March nonyaka. Ngokusho kwesitatimende samaphoyisa,...
Nhlakanipho Mnqayi Indawo yokubamba izinkomfa ezinkulu zokuvakasha kanye nezithangami eziseqopheleni eliphezulu, iDurban International Convention Centre (ICC) ihlabane...
Kumangale abahleli bomcimbi Ugu Jazz Festival ngokugcwala kwawo kade bethi benza into encane yokuwethula kabusha enkundleni Ugu...
Nhlakanipho Mnqayi Kuphuphuzela injabulo kwintokazi esencane emva kokwenza ezibukwayo emcimbini wonobuhle uMiss National South Africa obubanjelwe eBlue...
