Kukhalwa ngamathoyilethi angaflasheki nokungagezi kweziguli ngenxa yokungabi khona kwamanzi esibhedlela iPrince Mshiyeni Memorial eMlazi okuthiwa sekuphele izinsuku...
Izindaba
Lichazwe njengomuntu obengathuli uma libona izinto zingahambi kahle ikhansela le-ANC ku-ward 18 kuMasipala waseMandeni elibulawe izolo ebusuku....
Ihhovisi likaMengameli uCyril Ramaphosa lithi inkulumo yakusasa ebhekiswe ezweni iState of the Nation Address (SONA) izoba yongqophamlando...
I-IFP ikwamukele isamukele isinqumo soMnyango wezoBulungiswa nokuThuthukiswa koMthethosisekelo sokunekela umphakathi uhlu lwabalahlwe ngamacala athinta ucansi. Umnyango uveze...
Badedelwe ngebheyili ka-R5000 umuntu emunye abasolwa abangu-12 ababhekene namacala okuthumba nokubulala abesilisa abangu-5 baseBhambayi eNanda abatholwa benamanxeba...
Bathinteka emacaleni okubulala angu-5 enzeke eNtambanana eMpangeni ngenyanga eyedlule nanyakenye abasolwa ababili abadubalane namaphoyisa kwashona oyedwa ngesikhathi...
Ifeze isethembiso iMeya yaseMzinyathi uMnuz Petros Ngubane sokulekelela umphakathi waseNdanyana eMsinga ngezinsiza zamanzi namuhla ngoLwesibili. Ubehambisana nekhansela...
Amalungu ePhalamende afuna kube nophenyo ngokujutshwa kwamasosha akuleli eDRC, emuva kokuthi ehlaselwe amavukelambuso, e-M23 kwagcina ngokuthi kushone...
Lihlehlele u-4 March 2025 icala lenkohlakalo elibhekene nowayenguMinister weState Security Agency u-Adv Bongani Bongo (47) oboshwe namuhla...
UNdunankulu waseKZN uMnuz Thami Ntuli ukholwa ukuthi ukuphenywa kweThala yi-SIU kubalwa nodaba lwethenda eyanikwa iTech Mahindra kuzolekelela...
Kushone oyedwa kwalimala abangu-7 ngesikhathi abebebamba inkunzi imoto yemali kuN2 eThekwini sebebaleka namuhla ngoLwesibili ekuseni. .Amaphoyisa ase-KZN...
Igwetshwe udilikajele indoda eno-61 elahlwe ngamacala okudlwengula umshana wayo izikhawu ezehlukene kusuka ngo-1996 kuya ku-2001. Ngaphezu kukadilikajele...
Kudutshulwe kwafa amaphoyisa amabili abengekho emsebenzini nabanye ababili ethaveni eSundumbili eMandeni izolo ebusuku. Abezimo eziphuthumayo be-IPSS Medical...
Sidale umonakalo isimo sezulu ngempelasonto edlule ezingxenyeni eziningi zesifundazwe zaseKZN okubalwa kuzo oThukela naseMzinyathi lapho okukhahlamezeke khona...
Kudutshulwe kwabulawa usomabhisinisi kuMeridian Drive eMhlanga namuhla ngeSonto. Abezimo eziphuthumayo kwa-KZNVIP Medics bathi bafike kule ndawo bathola...
Bazithele phezu kwesidunbu esishiswe sangqongqa beyokha umango eWaterloo. Onogada bakwa-Reaction Unit South Africa bathi bathintwe owayeyikhansela othintwe...
Uphenyo kutholwa izidumbu zezithandani seziqala ukonakala eNortham eWaterburg. Amaphoyisa ahi athole ukuthi owesilisa ona 33 nowesifazane ona...
thunyiswe esibhedlela abalimale kushayisana izimoto emgwaqweni uR102 ngaseKing Shaka Airport namuhla ngeSonto. Abezimo eziphuthumayo kwa-IPSS Medical Rescue...
Ishiye kukhalwa imvula ebihambisana nomoya onamandla kuward 1 eManzamnyama eNkandla kuphephuka izindlu. UMnyango wokuHlaliswa kwaBantu esifundazweni usuveze...
Kushone abesilisa ababili kwalimala abangu-8 kuphaphalaza imoto igingqika emgwaqweni uN3 uma uya ngasenyakatho usuzofika kwiSpaghetti Junction namuhla...
