UMnyango wezeMfundo eKZN usugxeke izinsolo zokushawa kwabafundi ezikoleni ezimbili esifundazweni. UMnyango usizwakalise ukukhathazeka ngezinsolo zokuthi abafundi basashawa...
Izindaba
Inkatha Freedom Party iqumbe phansi izimbangi idla umhlanganiso okhethweni lokuchibiyela ku-ward-15 KwaMhlabuyalingana izolo. I-IFP ibifolosa ngoMnuz Kwenzile...
Omakhelwane bomholi weqembu laseNanda elisolwa ngokuhlukumeza umphakathi iWest, uMnqobi Ndimande bathi bayosikhohlwa befile isibhaxu abasithole kwabakasidlodlo bethi...
Ingase ixoshwe kuMkhonto Wesizwe Party indodakazi yomholi weqembu uJacob Zuma uma ingaxolisi kuNobhala Jikelele uMnuz Floyd Shivambu...
I-Nattional Council of SPCAs (NSPCA) ikhiphe umklomelo kaR20 000 kongasiza ekushushisweni kwabanesandla ekubulaweni imfene eyaziwa ngoRaygun. Imfene le...
IRoyal AM ingase ixoshwe kwiPremier Soccer League (PSL) kulandela ukuzinwa kwayo yizinkinga ezisukela esikweletini somnikazi uShauwn Mkhize...
UKhomishana wamaPhoyisa eKZN uLt General Nhlanhla Mkwanazi uthi alikho itulo eliboshwayo ukuze kubulawe izigebengu ngoba uma beyobopha umuntu...
UMnyango weZempilo eKZN usuveze ukuthi usebenza nezinye izibhedlela ukunciphisa isibalo seziguli eziya esibhedlela eMshiyeni eMlazi njengoba sekuphele...
Bagcwele izinkalo ababili abaphunyuke betholana phezulu ngenganono namaphoyisa, kwashona abathathu eBhambayi eNanda ngoMgqibelo ntambama. Ngokwesitatimende samaphoyisa, laba...
ULinda Sibiya uthembisa ukuthi kuningi azokwenza kulo nyaka osanda kuqala ULinda odume ngoMr Magic waphenduka isilomo esakaza...
Umndeni womholi weqembu lezigebengu uMnqobi Ndimande (24) obulawe amaphoyisa ngeledlule eMahlabathini eVerulam, umcelele uxolo. Abebekhulumela umndeni enkonzweni...
Zichonywe uphaphe izikole zaseBulwer kuMasipala iDr Nkosazanela Dlamini Zuma, eziphase ngo-100% kumatric ka-2024 emcimbini obungoLwesihlanu. Phakathi kwezikole...
Ugwetshwe iminyaka engu-15 ebhadla ejele usomabhizinisi owenza amathenda olahlewe amacala okukhwabanisa imali ecela ku-R1.5 million kuMnyango wezoLimo...
Izidumbu zamasosha angu-14 aseSouth Africa asale enkundleni empini eseGoma eDemocratic Republic of Congo zisendleleni ebuyayo. Lezi zidumbu...
Kuzoba nomdlalo omusha iThonga kuMzansi Magic kusukela ngo-March 3 ngo-8.30 ebusuku. Umdlalo uvala isikhala soMkhokha; The Curse...
UMengameli uCyril Ramaphosa uvume eyengwadla yokuswela amanzi kwemiphakathi eyahlukene kuleli ngesikhathi ethula inkulumo iState Of the Nation...
Ugwetshwe iminyaka engu-23 ebhadla ejele olahlwe ngecala lokudlwengula, ukuthumba nokushaya. USanele Ntshebe Dlamini (42) ugwetshwe yiNkantolo yesiFunda...
Bazovela kusasa ngoLwesihlanu enkantolo yeMantshi yaseNyoni abasolwa ababili abaneminyaka engu-31 no- 34 ababheke necala lokubulala ikhansela nelokuzama...
UMnyango wakwaCogta eKZN ufuna kuthathwe izinyathelo ngokushesha ngokwebiwa kwemali engu-R37 million kwi-account yoMasipala waKwaDukuza. UMEC wakwa-Cogta uMfu...
Kuboshwe abangu-13 576 ngamacala ehlukene eKZN ngoJanuary 2025, kwashaqwa izibhamu ezingu-346 nezinhlamvu ezingu-3 192 zezibhamu ezehlukene. Ngokwesitatimende...
