UKhomishana wamaPhoyisa eKZN uLt General Nhlanhla Mkwanazi uthi alikho itulo eliboshwayo ukuze kubulawe izigebengu ngoba uma beyobopha umuntu...
Ezangempelaforreal
UMnyango weZempilo eKZN usuveze ukuthi usebenza nezinye izibhedlela ukunciphisa isibalo seziguli eziya esibhedlela eMshiyeni eMlazi njengoba sekuphele...
Bagcwele izinkalo ababili abaphunyuke betholana phezulu ngenganono namaphoyisa, kwashona abathathu eBhambayi eNanda ngoMgqibelo ntambama. Ngokwesitatimende samaphoyisa, laba...
Umlandeli webhola uMamaJoy Chauke usephinde waba sematheni ngokubonakala enkundleni iLoftus Versfeld ePitoli lapho bekudlala khona iMamelodi Sundowns...
IMamelodi Sundowns ititinye i-Orlando Pirates ngo 4-1 eLoftus Verfeld Stadium ePitoli namhlanje ntambama. Ukunqoba kweSundowns kwenze yavula...
ULinda Sibiya uthembisa ukuthi kuningi azokwenza kulo nyaka osanda kuqala ULinda odume ngoMr Magic waphenduka isilomo esakaza...
Umndeni womholi weqembu lezigebengu uMnqobi Ndimande (24) obulawe amaphoyisa ngeledlule eMahlabathini eVerulam, umcelele uxolo. Abebekhulumela umndeni enkonzweni...
Zichonywe uphaphe izikole zaseBulwer kuMasipala iDr Nkosazanela Dlamini Zuma, eziphase ngo-100% kumatric ka-2024 emcimbini obungoLwesihlanu. Phakathi kwezikole...
Ugwetshwe iminyaka engu-15 ebhadla ejele usomabhizinisi owenza amathenda olahlewe amacala okukhwabanisa imali ecela ku-R1.5 million kuMnyango wezoLimo...
Izidumbu zamasosha angu-14 aseSouth Africa asale enkundleni empini eseGoma eDemocratic Republic of Congo zisendleleni ebuyayo. Lezi zidumbu...
Kuzoba nomdlalo omusha iThonga kuMzansi Magic kusukela ngo-March 3 ngo-8.30 ebusuku. Umdlalo uvala isikhala soMkhokha; The Curse...
UMengameli uCyril Ramaphosa uvume eyengwadla yokuswela amanzi kwemiphakathi eyahlukene kuleli ngesikhathi ethula inkulumo iState Of the Nation...
Ugwetshwe iminyaka engu-23 ebhadla ejele olahlwe ngecala lokudlwengula, ukuthumba nokushaya. USanele Ntshebe Dlamini (42) ugwetshwe yiNkantolo yesiFunda...
ILadysmith Black Mambazo iyogubha iminyaka engu-65 ikhona ngokuyocula emakhonsathini e-USA naseCanada. Leli qembu lizoqala ngoFebruary 14 lize...
Bazovela kusasa ngoLwesihlanu enkantolo yeMantshi yaseNyoni abasolwa ababili abaneminyaka engu-31 no- 34 ababheke necala lokubulala ikhansela nelokuzama...
UMnyango wakwaCogta eKZN ufuna kuthathwe izinyathelo ngokushesha ngokwebiwa kwemali engu-R37 million kwi-account yoMasipala waKwaDukuza. UMEC wakwa-Cogta uMfu...
Kuboshwe abangu-13 576 ngamacala ehlukene eKZN ngoJanuary 2025, kwashaqwa izibhamu ezingu-346 nezinhlamvu ezingu-3 192 zezibhamu ezehlukene. Ngokwesitatimende...
Kukhalwa ngamathoyilethi angaflasheki nokungagezi kweziguli ngenxa yokungabi khona kwamanzi esibhedlela iPrince Mshiyeni Memorial eMlazi okuthiwa sekuphele izinsuku...
Lichazwe njengomuntu obengathuli uma libona izinto zingahambi kahle ikhansela le-ANC ku-ward 18 kuMasipala waseMandeni elibulawe izolo ebusuku....
Ihhovisi likaMengameli uCyril Ramaphosa lithi inkulumo yakusasa ebhekiswe ezweni iState of the Nation Address (SONA) izoba yongqophamlando...
