I-IFP ikwamukele isamukele isinqumo soMnyango wezoBulungiswa nokuThuthukiswa koMthethosisekelo sokunekela umphakathi uhlu lwabalahlwe ngamacala athinta ucansi. Umnyango uveze...
Ezangempelaforreal
IKaizer Chiefs ihlulekile ukuzithoba amanxeba enduku ayithole kwi-Orlando Pirates ngoMgqibelo edlala ngokulingana ngo 2-2 naMaZulu-FC eFNB Stadium...
Badedelwe ngebheyili ka-R5000 umuntu emunye abasolwa abangu-12 ababhekene namacala okuthumba nokubulala abesilisa abangu-5 baseBhambayi eNanda abatholwa benamanxeba...
Bathinteka emacaleni okubulala angu-5 enzeke eNtambanana eMpangeni ngenyanga eyedlule nanyakenye abasolwa ababili abadubalane namaphoyisa kwashona oyedwa ngesikhathi...
Ifeze isethembiso iMeya yaseMzinyathi uMnuz Petros Ngubane sokulekelela umphakathi waseNdanyana eMsinga ngezinsiza zamanzi namuhla ngoLwesibili. Ubehambisana nekhansela...
Amalungu ePhalamende afuna kube nophenyo ngokujutshwa kwamasosha akuleli eDRC, emuva kokuthi ehlaselwe amavukelambuso, e-M23 kwagcina ngokuthi kushone...
Lihlehlele u-4 March 2025 icala lenkohlakalo elibhekene nowayenguMinister weState Security Agency u-Adv Bongani Bongo (47) oboshwe namuhla...
UNdunankulu waseKZN uMnuz Thami Ntuli ukholwa ukuthi ukuphenywa kweThala yi-SIU kubalwa nodaba lwethenda eyanikwa iTech Mahindra kuzolekelela...
Kushone oyedwa kwalimala abangu-7 ngesikhathi abebebamba inkunzi imoto yemali kuN2 eThekwini sebebaleka namuhla ngoLwesibili ekuseni. .Amaphoyisa ase-KZN...
Igwetshwe udilikajele indoda eno-61 elahlwe ngamacala okudlwengula umshana wayo izikhawu ezehlukene kusuka ngo-1996 kuya ku-2001. Ngaphezu kukadilikajele...
Kudutshulwe kwafa amaphoyisa amabili abengekho emsebenzini nabanye ababili ethaveni eSundumbili eMandeni izolo ebusuku. Abezimo eziphuthumayo be-IPSS Medical...
Owayengunompempe osewathatha umhlalaphansi uVictor Hlungwani uthi kube yisinqumo esihlaba esikhonkosini ukunika i-Orlando Pirates iphenathi ngesikhathi idlala neKaizer...
Sidale umonakalo isimo sezulu ngempelasonto edlule ezingxenyeni eziningi zesifundazwe zaseKZN okubalwa kuzo oThukela naseMzinyathi lapho okukhahlamezeke khona...
Konke kumi ngomumo ngomcimbi iLast Dance Music Festival ezobanjelwa eRoyal Showgrounds eMgungundlovu ngoLwesibili ebusuku. Kuzonandisa uMthandeni SK,...
