Inkulu imvunge kubagijimi ngesinqumo sabahleli beSanlam Cape Town Marathon sokuthutha lo mjaho ngo-October ube ngoMay kusuka ngo-2026....
ISILO uMisuzulu kaZwelithini sizwakalise ukukhathazeka ngokwakhiwa kwezindlu eduze kwemihosha kanye naseduze kwemigwaqo, njengoba lokhu kubeka engcupheni izimpilo...
Kuvulelwe icala amaphoyisa amathathu asePhoenix okuthiwa ashaya, athumba ase efuna imali yokugwazelwa kunogada waseBhambayi. Kuthiwa ngoLwesibili, lawa...
Ugwetshwe udilikajele owadlengula intombazane eyisihlobo KwaCeza ngaseMhlabathini ngo-2015. INkantolo yesiFunda oLundi igwebe indoda eno-39 ngecala lokudlwengula, yathi...
UMaspiala weTheku usuqinisekise ukuthi bangu-6 abantu osekutholale ukuthi bashonile kuleli dolobha ngenxa yemvula enamandla ebibhilite izolo ebusuku...
UNdunankulu waseKZN uMnuz Thami Ntuli unxuse izinduna namakhosi ukuba uma bebeka abantu ezindaweni zasemakhaya baqikelele ukuba bababeka...
Ushiye kungazelele namuhla uVusumuzi “Kanu” Vilakazi obengumqeqeshi ngokubambisana no-Arthur Zwane kuMaZulu FC. UVilakazi umenyezelwe njengomqeqeshi noZwane kulandela...
Kudubuleke nemizi yabantu ngesikhathi abasolwa ngokuthi bebeyobamba inkunzi betholana phezulu ngenganono namaphoyisa kwasala enkundleni abahlanu eLindelani eNtuzuma...
Useyashiya kwiRadio 2000 uDJ Sbu okhuze ibuya kwezokusakaza eSABC ngonyaka odlule. USbu ubesakaza uhlelo iBig Breakfast Show...
Uphrojusa womculo onguDJ uMaster KG uthi abantu abangayikholwa yonke into abayifundayo kulandela ukuqubuka kwezinsolo zokuthi ujola noFaith...
Inkampani ephethe izindaba zomdlali we-Orlando Pirates uMonnapule Saleng ithi umdlali uzimisele ngokulandela imigudu efanele ukulungisa inkinga ephakathi...
IMamelodi Sundowns ijahisa i-Orlando Pirates utalagu iphinde ilula igebe esicongweni seBetway Premiership emuva kokushaya iTS Galaxy ngo...
I-Orlando Pirates ibuye ekugcineni inciphisa igebe phakathi kwayo neMamelodi Sundowns kwiBetway Premiership ishaya iCape Town City ekhaya...
Sebengu-9 abashone kuhlasela imvula enamandla eKZN kuleli sonto. UMnyango wakwaCogta esitatimendeni uveze ukuthi isibalo sabashonile senyuke emuva...
UNgqongqoshe wakwaCooperative Governance and Traditional Affairs (COGTA) KwaZulu-Natal, uMfundisi Thulasizwe Buthelezi udlulise amazwi enduduzo emindenini yabayisikhombisa abashone...
Ugwetshwe udilikajele owadlwengula intombazane eyeyino-12 yakwamakhelwane ngo-2022. Inkantolo yesiFunda eScottburg igwebe indoda eno-38 ngokudlwengula lenntombazane ngo-12 November...
Ukhonjwe indlela umqeqeshi weMarumo Gallants nenhloko yosomaqhinga uMolefi Ntseki ngemuva kokuphikwa imiphumela. UNtseki ujoyine iGallants ngoNovemba kulandela...
Kumiswe abasebenzi abawu-5 boMasipala waseThekwini okuthiwa babanjwe oqotsheni befaka itiyela ngeloli yomkhandlu emzini thizeni eVerulam. Kuthiwa laba...
INhloko yoKlebe eMpumalanga icela ukufuniswa uMnuz Prince Gift Mdluli osolwa ngokubulawa kwephoyisa lophiko oluphenya ngezimoto e-Ermelo uLt...
Bakhale ngezipoti, amaphoyisa afumbathiswayo kanye nabasuka kwezinye izindawo vezogila imikhuba ezindaweni zabo, abantu abakhele uMasipala iKing Cetshwayo...
