Kuboshwe abane kwashaqwa izibhamu ezingu-5 kulandelwa umkhondo wababamba inkunzi imoto yemali eKuvukeni esiFundeni uMzinyathi. Abasolwa abaneminyaka ephakathi...
Isilo uMisuzulu kaZwelithini sisabela ukusocongwa saze sabhalela uMongameli Cyril Ramaphosa ukuthi angenelele ngoba kuncishiswe abaqaphi baso. Isilo...
UNdunankulu waseKZN uMnuz Thami Ntulu ugqugquzele obaba ukuba bakhombise uthando emakhaya ukuze izingane ziluphile. UNtuli usho lokhu...
Kube nomunyu kwagobhoza izinyembezi emndenini yowayeyiphoyisa likaMasipala weTheku uBianca Yolanda Khuzwayo owabulawa owayeyisoka lakhe emuva kokuthi iNkantolo...
Umculi othandwayo uSjava ugubha iValentine’s Day ngokufonela izintombi zabantu aziculele. IValentines Day igujwa kusasa ngoFebruary 14. USjava...
Uvuma amacala owayeyiphoyisa likaMasipala weTheku, uSizwe Clinton Ngema okwasabalala ivideo ezinkundleni zokuxhumana esebulele owayeyintombi yakhe uBianca Yolanda...
Osolwa ngokubulala abangani walahla izidumbu zabo eKenville eThekwini usemelwe uqweqwe lommeli njengoba sekusondele ukuqulwa lwecala lakhe. ULungani...
UMnyango wezeMfundo eKZN usugxeke izinsolo zokushawa kwabafundi ezikoleni ezimbili esifundazweni. UMnyango usizwakalise ukukhathazeka ngezinsolo zokuthi abafundi basashawa...
Inkatha Freedom Party iqumbe phansi izimbangi idla umhlanganiso okhethweni lokuchibiyela ku-ward-15 KwaMhlabuyalingana izolo. I-IFP ibifolosa ngoMnuz Kwenzile...
Ompetha beligi iMamelodi Sundowns bayeke ithuba lokunweba igebe esicongweni seBetway Premiership bedliwa yiTS Galaxy ngo 1-0 eMbombela...
Kusungulwe imiklomelo emisha yokuhlonipha abanegalelo elibonakalayo emikhakheni ehlukene ngaphansi kukaMasipala wesiFunda uThukela. Le miklomelo kuhloswe ngayo ukuhlonipha...
Omakhelwane bomholi weqembu laseNanda elisolwa ngokuhlukumeza umphakathi iWest, uMnqobi Ndimande bathi bayosikhohlwa befile isibhaxu abasithole kwabakasidlodlo bethi...
Ingase ixoshwe kuMkhonto Wesizwe Party indodakazi yomholi weqembu uJacob Zuma uma ingaxolisi kuNobhala Jikelele uMnuz Floyd Shivambu...
I-Nattional Council of SPCAs (NSPCA) ikhiphe umklomelo kaR20 000 kongasiza ekushushisweni kwabanesandla ekubulaweni imfene eyaziwa ngoRaygun. Imfene le...
IRoyal AM ingase ixoshwe kwiPremier Soccer League (PSL) kulandela ukuzinwa kwayo yizinkinga ezisukela esikweletini somnikazi uShauwn Mkhize...
UKhomishana wamaPhoyisa eKZN uLt General Nhlanhla Mkwanazi uthi alikho itulo eliboshwayo ukuze kubulawe izigebengu ngoba uma beyobopha umuntu...
UMnyango weZempilo eKZN usuveze ukuthi usebenza nezinye izibhedlela ukunciphisa isibalo seziguli eziya esibhedlela eMshiyeni eMlazi njengoba sekuphele...
Bagcwele izinkalo ababili abaphunyuke betholana phezulu ngenganono namaphoyisa, kwashona abathathu eBhambayi eNanda ngoMgqibelo ntambama. Ngokwesitatimende samaphoyisa, laba...
Umlandeli webhola uMamaJoy Chauke usephinde waba sematheni ngokubonakala enkundleni iLoftus Versfeld ePitoli lapho bekudlala khona iMamelodi Sundowns...
IMamelodi Sundowns ititinye i-Orlando Pirates ngo 4-1 eLoftus Verfeld Stadium ePitoli namhlanje ntambama. Ukunqoba kweSundowns kwenze yavula...
