Nhlakanipho Mnqayi
UMphakathi waseZindongeni esigcemeni sakwa-M, eMlazi udidekile emva kokutholakala kowesifazane eshonile.
Lo wesifazane olinganiselwa eminyakeni engu-20 kusolakala ukuthi ubulewe njengoba etholwe edindilizile enqunu, nezimpahla zakhe ziseceleni kwakhe.
Kutuswa ongase abe nolwazi ukuthi ungubani noma odukelwe yingane yentombazane aphuthume endaweni yesigameko.
