Ingase ixoshwe kuMkhonto Wesizwe Party indodakazi yomholi weqembu uJacob Zuma uma ingaxolisi kuNobhala Jikelele uMnuz Floyd Shivambu...
KwaZulu-Natal
UKhomishana wamaPhoyisa eKZN uLt General Nhlanhla Mkwanazi uthi alikho itulo eliboshwayo ukuze kubulawe izigebengu ngoba uma beyobopha umuntu...
UMnyango weZempilo eKZN usuveze ukuthi usebenza nezinye izibhedlela ukunciphisa isibalo seziguli eziya esibhedlela eMshiyeni eMlazi njengoba sekuphele...
Bagcwele izinkalo ababili abaphunyuke betholana phezulu ngenganono namaphoyisa, kwashona abathathu eBhambayi eNanda ngoMgqibelo ntambama. Ngokwesitatimende samaphoyisa, laba...
Umndeni womholi weqembu lezigebengu uMnqobi Ndimande (24) obulawe amaphoyisa ngeledlule eMahlabathini eVerulam, umcelele uxolo. Abebekhulumela umndeni enkonzweni...
Zichonywe uphaphe izikole zaseBulwer kuMasipala iDr Nkosazanela Dlamini Zuma, eziphase ngo-100% kumatric ka-2024 emcimbini obungoLwesihlanu. Phakathi kwezikole...
Ugwetshwe iminyaka engu-15 ebhadla ejele usomabhizinisi owenza amathenda olahlewe amacala okukhwabanisa imali ecela ku-R1.5 million kuMnyango wezoLimo...
Kuzoba nomdlalo omusha iThonga kuMzansi Magic kusukela ngo-March 3 ngo-8.30 ebusuku. Umdlalo uvala isikhala soMkhokha; The Curse...
Ugwetshwe iminyaka engu-23 ebhadla ejele olahlwe ngecala lokudlwengula, ukuthumba nokushaya. USanele Ntshebe Dlamini (42) ugwetshwe yiNkantolo yesiFunda...
Bazovela kusasa ngoLwesihlanu enkantolo yeMantshi yaseNyoni abasolwa ababili abaneminyaka engu-31 no- 34 ababheke necala lokubulala ikhansela nelokuzama...
UMnyango wakwaCogta eKZN ufuna kuthathwe izinyathelo ngokushesha ngokwebiwa kwemali engu-R37 million kwi-account yoMasipala waKwaDukuza. UMEC wakwa-Cogta uMfu...
Kuboshwe abangu-13 576 ngamacala ehlukene eKZN ngoJanuary 2025, kwashaqwa izibhamu ezingu-346 nezinhlamvu ezingu-3 192 zezibhamu ezehlukene. Ngokwesitatimende...
Kukhalwa ngamathoyilethi angaflasheki nokungagezi kweziguli ngenxa yokungabi khona kwamanzi esibhedlela iPrince Mshiyeni Memorial eMlazi okuthiwa sekuphele izinsuku...
Lichazwe njengomuntu obengathuli uma libona izinto zingahambi kahle ikhansela le-ANC ku-ward 18 kuMasipala waseMandeni elibulawe izolo ebusuku....
Bathinteka emacaleni okubulala angu-5 enzeke eNtambanana eMpangeni ngenyanga eyedlule nanyakenye abasolwa ababili abadubalane namaphoyisa kwashona oyedwa ngesikhathi...
Ifeze isethembiso iMeya yaseMzinyathi uMnuz Petros Ngubane sokulekelela umphakathi waseNdanyana eMsinga ngezinsiza zamanzi namuhla ngoLwesibili. Ubehambisana nekhansela...
UNdunankulu waseKZN uMnuz Thami Ntuli ukholwa ukuthi ukuphenywa kweThala yi-SIU kubalwa nodaba lwethenda eyanikwa iTech Mahindra kuzolekelela...
Igwetshwe udilikajele indoda eno-61 elahlwe ngamacala okudlwengula umshana wayo izikhawu ezehlukene kusuka ngo-1996 kuya ku-2001. Ngaphezu kukadilikajele...
Sidale umonakalo isimo sezulu ngempelasonto edlule ezingxenyeni eziningi zesifundazwe zaseKZN okubalwa kuzo oThukela naseMzinyathi lapho okukhahlamezeke khona...
