
IMultichoice isimemezele ukuthi iyakhuphuka ngokuhlukahlukana imali yokubuka iDStv kusukela ngo-1 April.
Kuya ngama-package abantu abakuwo kodwa imali izokhuphuka phakathi kukaR1 noR50.
Premium: From R929 to R979(+R50)
Compact Plus: From R619 to R659 (+R40)
Compact: From R469 to R479 (+R10)
Family: From R329 to R339 (+R10)
Access: From R139 toR150 (+R11)
EasyView: From R29 to R30 (+R1)
Access Fees: From R120 to R125 (+R5)
Add Movies: From R79 to R49 (-R30)
Imali yokubuka iShowmax izoqhubeka nokuba wuR99 ngenyanga. EyeShowmax PL yona izonyuka ngoR30 ibe wuR99 kuthi eyeShowmax Entertainment Mobile inyuke ngoR4 ibe wu-R49.
IShowmax Entertainment mobile and football izonyuka ngoR20 ibe wuR119 kuthi eyeShowmanx Entertainment and football inyuke ngoR9 ibe wuR149.
Ithe iMultichoice ithe izothinteka futhi imali uma sekunyuka iVAT ibe wu-15.5% ngoMay.
