Skip to content
header

siziletha zishisa

cropped-930x110-header-2.png
Primary Menu
  • Ekhaya
  • Izindaba
  • Ezokungcebeleka
  • Impilo Yabantu
  • Ezemidlalo
  • Oxhumana naye
  • Facebook
  • Home
  • 2024
  • December
  • 28
  • Kubulawe owesilisa ngesibhamu sakhe kubangwa indawo
  • Izindaba

Kubulawe owesilisa ngesibhamu sakhe kubangwa indawo

admin December 28, 2024
0
(0)

Kubulawe owesilisa ngesibhamu sakhe kubangwa indawo yokupaka ekhoneni lomgwaqo uMoss no-Ireland, eVerulam namuhla ngoMgqibelo ntambama. Abakwa-Reaction Unit South Africa bathi babizelwe kule ndawo bafica umlisa ona-25 obeseshonile edubuleke esifubeni kabili nasehlombe kanye. Abasebenza nale ndoda bathe bebedilive u-ice cream ngesikhathi kuba nengxabano nabebehamba ngeveni Isuzu endaweni yokupaka. Umufi ushayiwe waphucwa isibhamu sakhe wadutshulwa ngisho esebaleka. Umsolwa ubalekile kodwa wabuye wabuya wazinikela emaphoyiseni wabuyisa nesibhamu sikamufi.

How useful was this post?

Click on a star to rate it!

Average rating 0 / 5. Vote count: 0

No votes so far! Be the first to rate this post.

As you found this post useful...

Follow us on social media!

About the Author

admin

Administrator

Visit Website View All Posts
Tags: Izindaba

Post navigation

Previous: IMamelodi Sundowns
Next: UNdunankulu waseKZN uMnuz Thami Ntuli ukhala

Izindaba Ezihlobene

cc4bad50-aee9-4f08-8957-7d20095bdfe5
  • Izindaba

Banqatsheliwe ibheyili onogada abaxhakathisa umshayeli we-Uber

Ezangempelaforreal June 13, 2026 0
1d0b1c3d-d2b4-454f-b95e-7d1bde584af4
  • Izindaba

Babuyela enkantolo abasolwa ngokubulala u-AKA

Ezangempelaforreal June 11, 2026 0
IMG_3693
  • Izindaba

Kuxwayiswa izakhamuzi ngokufaka nokubhebhethekisa imilayezo engasusa udlame

Ezangempelaforreal June 2, 2026 0

JOIN OUR NEWSLETTER
And get notified everytime we publish a new blog post.
By subscribing, you agree to our privacy policy and terms of service.

facebook Ezangempela news real news

Sicela udlulisele zonke izindaba, izithombe, amavidiyo kanye nanoma yiziphi ezinye izindaba.Izindaba, ukuphawula kanye neziphakamiso zamukelekile njalo

  • Ezemidlalo
  • Ezokungcebeleka
  • Impilo Yabantu
  • Izindaba
  • Uncategorized

accident AmaZulu FC ANC athletics Betway Premiership CIT Comrades Marathon court crime death Department of Basic Education Department of Transport drunken driving Durban Durban ICC entertainment eThekwini Municipality Ezemidlalo Gagasi FM heavy rain Heavy rains Hollywoodbets Durban July Izindaba Kaizer Chiefs KwaZulu-Natal Mamelodi Sundowns marathon minnie ntuli Misuzulu KaZwelithini MK Party murder Music concert Nhlanhla Mkhwanazi Orlando Pirates Radio rape SAPS Siboniso Duma Sipho Hlomuka soccer Thami Ntuli Thulasizwe Buthelezi Tv umfolozi municipality Xolani Bhengu

  • June 2026
  • May 2026
  • April 2026
  • March 2026
  • February 2026
  • January 2026
  • December 2025
  • November 2025
  • October 2025
  • September 2025
  • August 2025
  • July 2025
  • June 2025
  • May 2025
  • April 2025
  • March 2025
  • February 2025
  • December 2024

Kungenzeka ukuthi uphuthelwe

072c491b-8181-4324-bf3e-aca02c34f19d
  • Ezemidlalo

IKingdom Queens ilale isibili kowamanqamu eTelkom Netball League

Ezangempelaforreal June 15, 2026 0
cc4bad50-aee9-4f08-8957-7d20095bdfe5
  • Izindaba

Banqatsheliwe ibheyili onogada abaxhakathisa umshayeli we-Uber

Ezangempelaforreal June 13, 2026 0
1d0b1c3d-d2b4-454f-b95e-7d1bde584af4
  • Izindaba

Babuyela enkantolo abasolwa ngokubulala u-AKA

Ezangempelaforreal June 11, 2026 0
70fca620-d839-4cc9-8c9a-f7111b7483c3
  • Ezokungcebeleka

UKhuzani nengqayizivele yokuyobuka iBafana bukhoma

Ezangempelaforreal June 5, 2026 0

Need a website

  • Ekhaya
  • Izindaba
  • Ezokungcebeleka
  • Impilo Yabantu
  • Ezemidlalo
  • Oxhumana naye
  • Facebook
I-copyright© Wonke Amalungelo Agodliwe. | MoreNews by AF themes.