Bamenyezeliwe abazoncintisana kumaSouth African Music Awards (SAMA) akulo nyaka. USjava, Thandiswa Mazwai, Black Motion noKelvin Momo yibo...
Ezangempelaforreal
Amaphoyisa ashaqe izibhamu ezingu-12 ngesikhathi eqhuba uphenyo mayelana nokuzama ukubulala umshayeli we-Uber, eClermont, KwaDabeka izolo. Kulezi zibhamu...
Nhlakanipho Mnqayi INkantolo yesiFunda eThekwini igwebe abasolwa abathathu ngecala lokuzama iphoyisa elalingekho emsebenzini. ONdabezinhle Mvuno (29), Simiso...
Nhlakanipho Mnqayi Ngaphansi kwengqikithi ethi: Women in Traditional Leadership, ebizwa nge-ONdlunkulu Dialogue, ithakaselwe ngenkulu injabulo e-Aloe Lifestyle...
Umculi wamahubo uMbuso Khoza uthi akasenandaba nokufa ufuna imali yakhe kumbhali wemidlalo ye-tv uDuma Ndlovu. UMbuso ubhalele...
Nhlakanipho Mnqayi Abasolwa ababili abebefunelwa amacala okubulala iphoyisa, ukuzama ukubulala kanye noxhaxha lwamacala okugqekeza kuhlonyiwe badutshulwe bashola...
Sekumiswe abanye abagijimi bakuleli ngokutholakala nezidakamizwa noma izikhuthazi emagazini abo. UDan Moselakwe Matshailwe owaqeda endaweni yesibili kwiComrades...
Nhlakanipho Mnqayi Ayivule kabi isizini amaqembu amakhulu kuBetway Premiership kulandela ukungalethi imiphumela ebilindelekile. Kubukela lesizini kuzoba ngemnandi...
Nhlakanipho Mnqayi Usizi belubhalwe emehlweni kubasebenzi abahlanza ihostela laKwaDabeka eKK ku-ward-20 kulandelwa ukuxoshwa isigubhukane. Ngokuthola kwe-Ezangempela For...
Nhlakanipho Mnqayi Ligcine libagojele abasolwa abane abasoconga uMnuz Oscar Hlatshwayo eLadysmith ngo-2019. UNomaswazi Shabalala, Mondli Mabaso, Mduduzi...
Nhlakanipho Mnqayi Kuphele amahlathi okucasha ngesikhathi iNkantolo yesiFunda eMtubatuba igweba uSahluko Patrick Mthembu iminyaka engu-12. UMthembu (32)...
I-Orlando Pirates iqale isizini ngewini ishaya iPolokwane City ngo 2-0 emdlalweni weMTN 8 e-Orlando Stadium namhlanje ntambama. ...
Nhlakanipho Mnqayi UNdunankulu waKwaZulu-Natal, uMnuz Thamsanqa Ntuli ehambisana noMphathiswa wezeMfundo KwaZulu-Natal, uMnuz Sipho Hlomuka bavule ngokusemthethweni isikole...
ICricket South Africa (CSA) ngoLwsine iklomelise abadlali bekhilikithi abenze kahle kulonyaka. Kuma-category abebhekwe kakhulu kwi-Women’s Players of...
Nhlakanipho Mnqayi Umsolwa oyedwa udutshulwe wafa kwathi ababili balimala ngesikhathi bedubulana namaphoyisa KwaDabeka, eKK Hostel ngoLwesithathu ntambama....
I-Orlando Pirates imemezele ukapteni wayo omusha ozothatha ibhande elishiwe u-Innocent Maela osethathe umhlakaphansi. UNkosinathi ‘Bhodlela’ Sibisi othole...
Nhlakanipho Mnqayi Kuse ngokunye iNkantolo yesiFunda eNquthu igweba owesilisa odilikajele abangu-10 neminyaka engu-70 ngaphezulu ebhadla ejele. UMandlelisa...
Nhlakanipho Mnqayi UMphathiswa wezokuBusa ngokuBambisana nezoMdabu KwaZulu-Natal, uMfundisi Thulasizwe Buthelezi ukhale ngokwanda kwezigameko zokubulawa kwabasebenzi bakumasipala esifundazweni....
Nhlakanipho Mnqayi Bazobhema bakholwe abesifazane abazothamela umcimbi we-Phinifa On Fleek ozoba zingu-30 August nonyaka e-Durban ICC njengoba...
Nhlakanipho Mnqayi Umphathiswa wezokuBusa ngokuBambisana nezoMdabu KwaZulu-Natal, uMfundisi Thulasizwe Buthelezi useveze ukuthi uhulumeni uzosiza ngezindleko zokungcwaba izisusu...
