Bongane Motaung UMphathiswa woMnyango wokuBusa ngokuBambisana uMfu uzohambela umphakathi waseMondlo ngoLwesihlanu ukuyolalela izinkinga obhekene nazo eziholele ekutheni...
Ezangempelaforreal
Nhlakanipho Mnqayi UPhiko loKlebe oluphenya ngobugebengu obuhleliwe esebenzisana namaphoyisa eCrime Intelligence, aweSydenham Trio Crime kanye neSydenham nakuMasipala...
Nhlakanipho Mnqayi Ubuntu, umphako ongaboli. Lokhu kuvezwe oyiMeya yaseMfolozi, uMnuz Xolani Bhengu ngesikhathi ebungaza usuku lwakhe lokuzalwa...
Nhlakanipho Mnqayi Ugqemeke engeqiwa ntwala umndeni wakwaMthethwa eMakhwezini ku-ward 12 ngaphansi koMasipala waseMfolozi ngesikhathi bevuka ngezindaba ezibuhlungu...
NHLAKANIPHO MNQAYI Benefunelwa amacala okubulala, ukugqekezwa kwemizi, ukuqola kanye nokutholwa nezibhamu ezingekho emthethweni okuyizigameko abazenza elokishini eMpumalanga,...
I-NIU ifune yathola obesolwa ngokubulala uthishanhloko wesikole saseMsinga uZwelabantu Zuma ngo-2020. Umsolwa ona-40 uke waboshwa phambilini kodwa...
Kushone amalungu amathathu omndeni wowayenguMphathiswa wezobuCiko namaSiko eKZN engozini enyantisa igazi eyenzeke kuN2 ngakwaMbonambi namhlanje ntambama. Kule...
Bongane Motaung Bebebulala inyoka abathandi bengoma emncintiswaneni weNgoma yaseNkanini ehloniphe inyanga yabesifazane eNquthu esigodini saseSilonjane ngaphansi kweNkosi...
I-ANC KwaZulu-Natal ixoshe esikhundleni ikhansela laseMandeni elisolwa ngokuhlukumeza umphakathi, ukudlwengula nokushaya kanzima. Leli khansela laku-ward 17 limiselwe...
NHLAKANIPHO MNQAYI Okhulumela inhlangano eyangamele amatekisi i-Santaco eKwaZulu-Natal, uMnuz Sfiso Shangase, uthi kuzohlaluka namhlanje emhlanganweni ozoba ngo-5...
Kulimale umqeqeshi we-Orlando Pirates u-Abdeslam Ouaddou nabasebenzi abahlanu beqembu engozini yemoto eyenzeke emgwaqeni uR21 eGoli ngeSonto ebusuku. ...
USol Phenduka odume ngohlelo lweYoutube iPodcast and Chill with MacG uphelelwe umsebenzi ngenxa yenkulumo eyenziwa kulolu hlelo...
Umshushisi wesifazane ungomunye wabangu-54 ababoshelwe amacala okushayela bephuzile KwaZulu-Natal izolo ebusuku. Lo mshushisi oneminyaka engu-44 uboshelwe emgwaqeni...
Bamenyezeliwe abazoncintisana kumaSouth African Music Awards (SAMA) akulo nyaka. USjava, Thandiswa Mazwai, Black Motion noKelvin Momo yibo...
Amaphoyisa ashaqe izibhamu ezingu-12 ngesikhathi eqhuba uphenyo mayelana nokuzama ukubulala umshayeli we-Uber, eClermont, KwaDabeka izolo. Kulezi zibhamu...
Nhlakanipho Mnqayi INkantolo yesiFunda eThekwini igwebe abasolwa abathathu ngecala lokuzama iphoyisa elalingekho emsebenzini. ONdabezinhle Mvuno (29), Simiso...
Nhlakanipho Mnqayi Ngaphansi kwengqikithi ethi: Women in Traditional Leadership, ebizwa nge-ONdlunkulu Dialogue, ithakaselwe ngenkulu injabulo e-Aloe Lifestyle...
Umculi wamahubo uMbuso Khoza uthi akasenandaba nokufa ufuna imali yakhe kumbhali wemidlalo ye-tv uDuma Ndlovu. UMbuso ubhalele...
Nhlakanipho Mnqayi Abasolwa ababili abebefunelwa amacala okubulala iphoyisa, ukuzama ukubulala kanye noxhaxha lwamacala okugqekeza kuhlonyiwe badutshulwe bashola...
Sekumiswe abanye abagijimi bakuleli ngokutholakala nezidakamizwa noma izikhuthazi emagazini abo. UDan Moselakwe Matshailwe owaqeda endaweni yesibili kwiComrades...
