Ishiye kukhalwa imvula ebihambisana nomoya onamandla kuward 1 eManzamnyama eNkandla kuphephuka izindlu. UMnyango wokuHlaliswa kwaBantu esifundazweni usuveze ukuthi amathimba aphuma esifundazweni nakuzwelonke azihlola umonakalo bese kusheshiswa ukuhanjiswa kosizo kwabathintekile



