
Izobuya nesizini yesi-6 iBig Brother Mzansi ekuseni namhlanje okuvulwe ithuba kwabafuna ukungenela ukuthi bafake ngokushesha.
Abafuna ukuba sendlini kaBig Brother kumele babe neminyaka engu-21 kuya phezulu.
Kumele ngabantu abathanda ubumnandi, abayibona futhi babe nobuhlakani. Kumele bakwazi ukubekezelela abanye.
UBig Brother uthe imali ezotholwa ozowinwa iphakathi kukaR1 million noR2 million.
USweet Guluva waseNquthu owaphumelela kulo nyaka uthole uR2 million.
Isizini entsha izodlala kwi-TV ngonyaka ozayo.
Ukungenela landela le link: https://www.dstv.com/mzansimagic/en-za/show/big-brother-mzansi
